
Mhla' Uphel' Amandla Malaika
Ouça agora e acompanhe a letra completa da música Mhla' Uphel' Amandla que está no álbum Malaika lançado em 2003 pela Heita
Letra da música "Mhla' Uphel' Amandla"
Oh wangiphox' udali wam
Oh wangishiya switi wami
Ngenxa yokuthi awu, seyiphelil' imali yami
Oh oh
Wangbiza, wangbiza, wangbiza ngamagama
Wangtshela kuthi "sengithole abangcono"
.
[chorus starts]
Dali wam wangibuka wangenyanya
Uzong'khumbula mhla uphel' amandla
[repeat]
.
Hah ngithi phela mandla (phela mandla)
Phela mandla (phela mandla)
Ngithi phela mandla (phela mandla)
Phel'a' amandla (phela mandla)
Hey uzongkhumbula mhla uphel' amandla
.
Hay aphel' amandla (phela mandla)
Aphel' amandla yo (phela mandla) x2
Aphel' amandla ye (phela mandla)
Uzongkhumbula mhla uphel' amandla
[chorus ends]
.
Waphuma wahamba wathi "ngiy'eGoli"
Wangbhekisela phansi we sthandwa sami
Wakhuluma kabi ngomkhukhu wami bo
Ikhaya lethu, khaya lethu we babo
.
Ungicostile, ungishiyile
In a minute, let me finish ***
Uye wangishiya nengane zethu
He wayokhulisa he wayokhulisa
Omuny' umuzi weny' ndoda
.
[chorus]
.
[bridge]
Oh yeah yeah yeah x2
Haaayi yaa, ohh owuwooh
[repeat +]
Phel' amandla x4
Uzongkhumbula mhla uphel' amandla
.
[chorus]
.
[outro]
Oh yeah yeah yeah (Phel' amandla) x2
Haaayi yaa, ohh owuwooh
Uzongkhumbula mhla uphel' amandla
compositores da letra: BONGANI NCHANG, GODFREY PILANE, JABULANI NDABA
Ainda não classificamos o estilo desta música. Seja o primeiro a sugerir!
O que você achou desta música?
